i-Bangladesh Emerging inqobe i-series emuva kokunqoba umdlalo wesithathu kulandelana

Thu, 08th April 2021
Kirstie Thomson and Andrie Steyn of SA Emerging

Kirstie Thomson and Andrie Steyn of SA Emerging

eSYLHET: i-South African emerging women ihlulwe kumdlalo wesithathu kulandelana kuhambo labo lwase-Bangladesh njengoba behlulwe ngezinti eziyisithupha kumdlalo wesithathu we-One-Day International series e-Sylhet ngoLwesine.


Umphumela usho ukuthi iqembu lasekhaya lingaphambili ngo-3-0 kwi-series enemidlalo emihlanu.


Emuva kokuveza ithemba ngokushaya njengoba bacishe bashaya u-200 kumdlalo wesibili ngoLwesibili, bathwala kanzima kumdlalo wokugcina futhi bakhishwa bonke ngama-runs awu-92 emuva kokunqoba i-toss kanye nokushaya kuqala.


i-Innings yabo ibe ama-overs awu-33.3, u-Andrie Steyn oyedwa oqhakazile kuze kube manje ngemiphumela ewu-41 no-80, uthole u-19 bese u-Anneke Bosch uthole ama-runs amaningi ngo-29.


Bonke abashayayo bathwale kanzima njengoba u-Rabeya Khan (3/15), u-Ritu Moni (3/16) no-Nahida Akter (3/25) bakhiphe izinti ezintathu umdlali eyedwa.


u-Murshida Khatun uhole indlela ngokushaya kwiqembu lasekhaya, washaya u-46 ukubasiza bafike kumphumela kuma-overs awu-28 e-Sylhet International Cricket Stadium.


The South African Emerging Women’s squad is: Andrie Steyn, Anneke Bosch, Annerie Dercksen, Leah Jones, Faye Tunnicliffe, Jade De Figuerido, Jenay Winster, Khayakazi Mathe, Kirstie Thomson, Nondumiso Precious Shangase, Micheala Andrews, Nonkululeko Baneti, Robyn Searle, Sinalo Jafta, Tebogo Macheke.


Management: Dinesha Devnarain (Coach), Angelique Taai (Assistant Coach), Kristy Devine (Physio), Omphile Dikgetsi (Strengthening & Conditioning Coach), Marcia Letsoalo (Manager), Abram Ndhlovu (Video Analyst), Lizanne Pieterse (Doctor).


The fixtures:


04 April 2021, 1st ODI, SICS, 09:30 – Bangladesh Emerging beat SA Emerging by 54 runs

06 April 2021, 2nd ODI, SICS, 09:30 – Bangladesh Emerging beat SA Emerging by 7 wickets

08 April 2021, 3rd ODI, SICS, 09:30 – Bangladesh Emerging beat SA Emerging by 6 wickets

11 April 2021, 4th ODI, SICS, 09:30

13 April 2021, 5th ODI, SICS, 09:30