i-CSA imemezele uhambo lwe- Bangladesh ne-Australia

Nadine de Klerk of the Proteas women's team during Day 1 of  the CSA National Women's Camp at the Powerade Centre of Excellence.

Nadine de Klerk of the Proteas women's team during Day 1 of the CSA National Women's Camp at the Powerade Centre of Excellence.

Namhlanje i-Cricket South Africa (CSA) imemezele imidlalo yasekhaya yeqembu le-South Africa Women Emerging nama-Proteas Esifazane ngo-2019/2020, i-Bangladesh Emerging ne-Australia kudlalwa ekhaya ngo-July 2019 no-March 2020, ngokulandelana kwabo.

Iqembu le-SA Emerging lizodlala ne-Bangladesh kwimidlalo emithathu yama-One-Day nama-T20 amathathu e-Groenkloof Oval nase-Mandela Oval ePitoli nase-Hammanskraal phakathi kwa-23 July kuyela ku-04 August kulonyaka.

Eqenjini kubalwa abadlali abakhethwa kwi-Powerade Women’s Academy ngo-2019, bazobe belindele ukuthuthukisa imiphumela yabo ye-Emerging Tri-Series yangonyaka odlule bedlala ne-England Women’s Academy ne-Australia Shooting Stars.

Onyakeni ozayo, ama-Proteas Women azobhekana ne-Australia kuma-One-Day Internationals (ODI) amathathu ne-T20 International series enemidlalo emthathu kusukela ngo-19 March – 04 April 2020. Imidlalo izodlalelwa ezinkundleni ezintathu, e-Pietermaritzburg, e-East London nase-Benoni imidlalo embili inkundla iyinye.

Imidlalo yama-overs awu-50 izobaluleka kakhulu, ngoba kusakhona amaphuzu e-ICC Women’s Championship (IWC). Ama-T20s azolandela emuva kwe-2020 ICC Women’s T20 World Cup e-Australia (21 February – 08 March).

i-CSA High Performance Manager, u-Vincent Barnes uphawule wathi: “Siyakujabulela ukumemezela uhambo lwasekhaya olubili, ikhilikithi enezinga eliphezulu izobe idlalelwa ekhaya. Sibone imidlalo emihle kweqembu lesizwe futhi uhambo lwe-Australia lizoba elinye ithuba lokuthi badlale kahle kwisimo sase-South Africa bedlala neqembu eliphezulu.”

“Iningi ikhilikithi ezyo eqenjini labesifazane eminyakeni embili ezayo, i-T20 World Cup onyakeni ozayo ne-Women’s World Cup ngo-2021, ngakho kubalulekile ukuqiniseka ukuthuthuka okuqhamukayo kuyaqhubeka nokukhiqiza futhi yilapho la i-National Academy neqembu le-emerging kuzobaluleka.”

“Sinabadlali abafana no-Nondumiso Shangase, u-Faye Tunnicliffe no-Sinalo Jafta abaqhamuke kuloluhlelo, baze bakhethelwa isizwe, ngakho liyathembisa ikusasa,” u-Barnes evala.

2019 Powerade Women’s National Academy

Tazmin Brits (North West), Faye Tunnicliffe (Boland), Lara Goodall (Western Province), Saarah Smith (Western Province), Robyn Searle (Gauteng), Tumi Sekhukhune (North West), Zintle Mali (Border), Nonkululeko Thabethe (Gauteng), Jade de Figuerido (KZN Coastal), Nadia Mbokotwana (Western Province), Nondumiso Shangase (KZN Coastal), Gandi Jafta (Northerns), Evodia Yekile (North West), Nadine de Klerk (Northerns).

Bangladesh Emerging Women's Tour to South Africa 2019 / 2020

July 2019

Tue 23 1st Women's One Day South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Groenkloof Oval)

Thu 25 2nd Women's One Day South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Groenkloof Oval)

Sun 28 3rd Women's One Day South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Groenkloof Oval)

Wed 31 1st Women's T20 South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Mandela Oval)

August 2019

Thu 01 2nd Women's T20 South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Mandela Oval)

Sun 04 3rd Women's T20 South Africa Emerging vs Bangladesh Emerging (Mandela Oval)

Australia Women’s tour to South Africa 2019-2020

March 2020

Thu 19 Warm Up Match T. B. C. vs Australia Chatsworth Oval

Sun 22 1st Women's ODI South Africa vs Australia Pietermaritzburg Oval

Wed 25 2nd Women's ODI South Africa vs Australia Pietermaritzburg Oval

Sat 28 3rd Women's ODI South Africa vs Australia Buffalo Park Cricket Stadium

Thu 31 1st Women's T20I South Africa vs Australia Buffalo Park Cricket Stadium

April 2020

Fri 03 2nd Women's T20I South Africa vs Australia Willowmoore Park

Sat 04 3rd Women's T20I South Africa vs Australia Willowmoore Park