u-Wandile Makwetu uzoba ukapteni we-SA U19s e-England

TAURANGA, NEW ZEALAND - JANUARY 17:  Wandile Makwetu of South Africa poses with his man of the match medal by match referee Jeff Crowe during the ICC U19 Cricket World Cup match between the West Indies and South Africa at Bay Oval on January 17, 2018 in Tauranga, New Zealand.  (Photo by Hagen Hopkins-IDI/IDI via Getty Images)

TAURANGA, NEW ZEALAND - JANUARY 17: Wandile Makwetu of South Africa poses with his man of the match medal by match referee Jeff Crowe during the ICC U19 Cricket World Cup match between the West Indies and South Africa at Bay Oval on January 17, 2018 in Tauranga, New Zealand. (Photo by Hagen Hopkins-IDI/IDI via Getty Images)

NgoLwesine i-Cricket South Africa (CSA) imemezele ukuthi u-Wandile Makwetu uzoba ukapteni we-Coca-Cola South Africa under-19s uma iqembu liya e-England ngo-July kulonyaka. Kuzoba nama-four-day Youth Test match embili nama Youth One-Day International amathathu kusukela ku-08-29 July.

u-Makwetu unesipiliyoni esiningi eqenjini njengoba adlala kuma-ICC U19 World Cups amabili, ama-Youth One-Day Internationals angu-28 nama-Youth Test match amabili selokhu adlala umdlalo wakhe wokuqala ne-Namibia kwi-2016 U19 World Cup e-Bangladesh.

Lomdlali uyalijabulela ithuba lokuhola iqembu. Uzimisele ukwenza umsebenzi omuhle futhi abheke abadlali abazodlala indima kusasa.

“Kuyindumiso kanye nenhlonipho kimina ukukhethwa njengokapteni wama-SA U19s,” esho ephawula. “Bekuyisifiso sami isikhathi eside futhi ukuthi kwenzeka manje kuletha imizwa emihle kimina. Abadlali abalungile engizothola ithuba lokubahola e-England, iqembu lixutshwe kahle phakathi kwabadlali abangenele i-World Cup onyakeni ozayo nabadlali abaletha isipiliyoni esiningi eqenjini.”

“Iso elilodwa libheke i-World Cup elandelayo, leliqembu linabadlali abangaya kwelandelayo futhi badlale kahle kakhulu.”

Iqembu lakhethwa emuva kwekhempu eyabanjelwa kwimpelasonto edlulile e-CSA Centre of Excellence ePitoli lapho abadlali abangu-27 bamenyelwa ukudlala phambi kwabakhethayo nama-national scouts.

i-Convenor of selectors, u-Victor Mpitsang ukholwa ukuthi bakhetha kahle futhi bathatha abadlali abazokwazi ukubhekana nesimo esinzima sase-England. Unesiqiniseko sokuthi ukulingana kwabadlali abancane nespiliyoni kuzohambelana neqembu njengoba beqala ukwakhela i-2020 World Cup.

“Iqembu eliya e-UK elilungile ngoba sinesipiliyoni sabanye abadlali abaya kwi-World Cup kanye nabadlali abanesipiliyoni abadlala ama-semi-pro games eyodwa noma amabili,” esho. “Khona okukhulu esikubhekile. Kune-World Cup ngo-2020 futhi kunabadlali abambalwa esibanika ithuba lokuthola isipiliyoni ngaphambi kwalokho. Kunelinye ithuba lokuthi abadlali bagcine amagama abo ekhona, sine-tour eya e-India kuqala unyaka ozayo.”

“Kukho konke, siyajabula ngeqembu esilikhethile futhi lizoqhudelana kahle e-UK kwisimo sakhona. Njengabakhethayo, sifisela umqeqeshi u-Lawrence Mahatlane neqembu lakhe konke okuhle futhi sithemba ukuthi kuzoba nemiphumelo emihle.”


Coca-Cola South Africa under-19 squad

Wandile Makwetu (captain, Northerns), Archille Cloete (Boland), Jade de Klerk (Eastern Province), Jean du Plessis (South Western Districts), Jarred Jardine (Gauteng), Mondli Khumalo (KZN Inland), Thamsanqa Khumalo (KwaZulu-Natal Dolphins), Jacob Miltz (Gauteng), Kgaudise Molefe (Gauteng), Jason Niemand (Border), Thando Ntini (Western Province ), Gideon Peters (Northerns), Sinethemba Qeshile (Border), Joshua Richards (Gauteng), Louis van Schalkwyk (North West), Jonathan Bird* (Western Province), Curtis Campher* (Northerns).

*Jonathan Bird and Curtis Campher will join the team for the ODI series, replacing Jacob Miltz and Jarred Jardine.


Tour schedule

Sunday, 08 July 2018 – 1st Youth Test Match (Scarborough)
Monday 16 July 2018 – 2nd Youth Test Match (Emirates Riverside)
Monday 23 July 2018 – 1st Youth ODI (Emirates Riverside)
Thursday, 26 July 2018 – 2nd Youth ODI (South North CC)
Sunday, 29 July 2018 – 3rd Youth ODI (Scarbourough)