i-CSA ne-SLC bamemezela uhlelo lama-Proteas lihambela e-Sri Lanka

The Proteas will embark on a two Test matches, five One-Day Internationals and a solitary T20 International match.

The Proteas will embark on a two Test matches, five One-Day Internationals and a solitary T20 International match.

Namhlanje i-Cricket South Africa (CSA) ne-Sri Lanka Cricket (SLC) bamemezele izinhlelo zohambo lama-Standard Bank Proteas beyovakashela e-Sri Lanka komunye uhafu ka-2018. Ohambweni kuzodlalwa ama-Test amabili, ama-One Day International ne-T20 International eyodwa.

"Kuzoba i-tour ebalulekile kithina le," kuphawula i-CSA Acting Chief Executive u-Thabang Moroe. "Sinabadlali abaningi abancane abangena eqenjini lethu kuzona zontathu izinhlobo zekhilikithi futhi njengoba iningi ikhilikithi yezwe edlalwayo kwi-sub-continent kulezinsuku kubalulekile ukuthi bajwayele isimo salapho ngokushesha."

“Iningi labo badlale ikhilikithi encane ngale futhi abanye abakaze. Uma ubheka, siyibheke ngamehlo okhozi imidlalo ye-Test match spinner yethu, u-Keshav Maharaj, okusamele adlale umdlalo we-Test kwi-sub-continent.”

“i-ODI Series izoba ingxenye ebalulekile ekuzilungiseni kweqembu lethu lilungiselela i-2019 ICC World Cup e-England ngonyaka ozayo.”

“i-Sri Lanka ibihlezi iletha iqembu elinzima uma idlalela ekhaya futhi nginesiqiniseko sokuthi angeke kushintshe lokho kuloluhambo. Sonke silindele ikhilikithi enokuqhudelana,” esho evala u-Mr. Moroe.

SRI LANKA TOUR ITINERARY

July 4: SA arrive in Sri Lanka
July 7-8: Two-day practice match, P Sara Stadium, Colombo
July 12-16: 1st Test match, Galle
July 20-24: 2nd Test match, Colombo
July 26: One-day warm-up match, venue to be confirmed
July 29: 1st ODI, Dambulla (day match)
August 1: 2nd ODI, Dambulla (d/n)
August 5: 3rd ODI, Kandy (day match)
August 8: 4th ODI, Kandy (d/n)
August 12: 5th ODI, Colombo (d/n)
August 14: T20 International, Colombo (d/n)