i-CSA imemezela iqembu lama-Proteas lamankontileka ka-2018/19

JOHANNESBURG, SOUTH AFRICA - JANUARY 24:  Aiden Markram and Lungi Ngidi of South Africa celebrate after Ngidi got the wicket of Virat Kohli(c) of India(unseen) during day 1 of the 3rd Sunfoil Test match between South Africa and India at Bidvest Wanderers Stadium on January 24, 2018 in Johannesburg, South Africa. (Photo by Christiaan Kotze/Gallo Images)

JOHANNESBURG, SOUTH AFRICA - JANUARY 24: Aiden Markram and Lungi Ngidi of South Africa celebrate after Ngidi got the wicket of Virat Kohli(c) of India(unseen) during day 1 of the 3rd Sunfoil Test match between South Africa and India at Bidvest Wanderers Stadium on January 24, 2018 in Johannesburg, South Africa. (Photo by Christiaan Kotze/Gallo Images)

Namhlanje i-Cricket South Africa (CSA) imemezele iqembu lama-Standard Bank Proteas labesilisa elizothola izinkontileka zezwe kwi-season ka-2018/19. Izinkontileka zizobala ama-bilateral tours kudlalwa e-Sri Lanka nase-Australia kanye nasekhaya ne-Zimbabwe, i-Pakistan ne-Sri Lanka, kuphela nge-ICC World Cup ezodlalelwa e-England nase-Wales.

Abazothola izinkontileka okokuqala kuzoba u-Aiden Markram no-Lungi Ngidi asebayidlala imidlalo yabo yokuqala kulonyaka odlulile wamankontileka.

“Onyakeni odlulile sakhuphula inombolo yabadlali abanamankontileka ku-21 kodwa kulonyaka sikhululekile kunesibalo esijwayelekile esingu-18 okuzokwanela ekulondolozeni amaqembu ethu kuzona zontathu izinhlobo zekhilikithi,” kuphawula i-CSA Acting Chief Executive, u-Thabang Moroe. “Lokhu kusenza sikwazi ukunika izinkontileka kubadlali bethu bama-Test kanye nalaba abadlala ikhilikithi emfushane abangocwepheshe.”

“u-Aiden no-Lungi basheshe badlala indima kwikhilikithi yomhlaba futhi lokhu kuqhubeka ekutheni sifuna ukuba neqembu elinamandla kanye nabadlali abancane nabadlali abanesipiliyoni abahamba phambili,” esho enezezela u-Mr. Moroe.

CSA contracted Proteas players: Hashim Amla (WSB Cape Cobras), Temba Bavuma (WSB Cape Cobras), Quinton de Kock (Multiply Titans), AB de Villiers (Multiply Titans), JP Duminy (WSB Cape Cobras), Faf du Plessis (Multiply Titans), Dean Elgar (Multiply Titans), Imran Tahir (Hollywoodbets Dolphins), Keshav Maharaj (Hollywoodbets Dolphins), Aiden Markram (Multiply Titans), David Miller (VKB Knights), Chris Morris (Multiply Titans), Lungi Ngidi (Multiply Titans), Andile Phehlukwayo (Hollywoodbets Dolphins), Vernon Philander (WSB Cape Cobras), Kagiso Rabada (bizhub Highveld Lions), Tabraiz Shamsi (Multiply Titans), Dale Steyn (Multiply Titans).