Ama-Proteas ashintshela kubomvana kumdlalo okumele bawunqobe

JOHANNESBURG, SOUTH AFRICA - FEBRUARY 09: Chris Morris of the Proteas during the South African national mens cricket team training session and press conference at Bidvest Wanderers Stadium on February 09, 2018 in Johannesburg, South Africa. (Photo by Lee Warren/Gallo Images)

JOHANNESBURG, SOUTH AFRICA - FEBRUARY 09: Chris Morris of the Proteas during the South African national mens cricket team training session and press conference at Bidvest Wanderers Stadium on February 09, 2018 in Johannesburg, South Africa. (Photo by Lee Warren/Gallo Images)

Ama-Standard Bank Proteas athemba ukugqugquzelwa i-Pink Day kumdlalo wesine we-Momentum One-Day International (ODI) bedlala ne-India e-Bidvest Wanderers Stadium ngoMgqibelo. Ama-Proteas awakaze ahlulwe kwi-ODI begqoke ubomvana – sebanqoba ayisikhombisa kwimidlalo eyisikhombisa – okumele kubagqugquzele phambili njengoba besalwela i-series.



i-Pink ODI umcimbi ogqhamile kwi-calendar, abadlali, abaxhasi kanye nabalandeli bedlala indima ukuthola imali ezosiza ekulweni i-breast cancer. Kulonyaka, i-Breast Care Clinic e-Charlotte Maxeke Academic Hospital eGoli njengabazothola, yonke imali etholwayo osukwini izoya kubona.



Okwenza konke kuma-Proteas, u-Chris Morris, uthi lubalulekile usuku kubona bonke abadlali futhi kubanike okunye ukugqugquzeleka ukugcina irekhodi labo lokungahlulwa.



“Usuku olubalulekile kwi-South Africa,” kusho u-Morris ekhuluma ngosuku. “Sidlalela okubalulekile futhi umcimbi omuhle esiwudlalela phambi kwe-Wanderers ebomvana futhi egcwele. Kube usiko oluhle sidlala sigqoke okubomvana, senzela into esile futhi sinenhlanhla njengabadlali bekhilikithi ngokwenza esikwenzayo kanye nokuba nempilo. Baningi abantu ezweni lethu abane-cancer, ikakhulukazi i-breast cancer, lolusuku linemizwa elihambisana nayo futhi siyajabula ukuthi kukhona esingakwenza.”



“Kunengcindezi ejwayelekile kodwa ukungahlulwa kwimidlalo ebomvana kufaka enye incindezi,” kusho u-Morris. “Ukufa nokuphila, uma sihlulwa futhi i-series isiphunyukile. Sizobe silwela wonke amabhola kanye nama-runs. Ikhona incindezi kodwa iyini ikhilikithi ngaphandle kwencindezi, ngabe kuyabhora.”



u-AB de Villiers ululeme emuva kokulimala umunwe futhi uyabuya ukuletha isipiliyoni kanye nomfutho kubadlali abashaya phakathi nendawo. U-Morris uthi isipiliyoni sika-De Villiers phakathi nangaphandle kwenkundla kuzobaluleka emdlalweni, kanye namathiphu okuthi kungadlulwa kanjani kwi-spin se-India.



“u-AB ungu-AB, ngaphandle kwalokhu akulethayo kwinkundla kuphinde kube yilokhu akulethayo ngaphandle kwnkundla,” kusho u-Morris. “Uletha umoya phansi kanye nesipiliyoni. Ukuba nomdlali ohamba phambili obuyayo eqenjini kuyinto enhle. Ngiyakuthanda ukudlala enkundleni eyodwa no-AB, ungoyedwa wabadlali abakhulu emhlabeni futhi ungoyedwa walaba abahamba phambili abadlalela i-South Africa. Kwiqembu uletha okuningi kunama-runs, uletha ubu-AB de Villiers.”



i-India ingaphambili kwimidlalo eyisithupha ngo-3-0.



Amathikithi omdlalo asephelile. Umdlalo uzoqala ngo-13h00.



Notes

Video and audio featuring Chris Morris can be located on the ftp site below.

www.csamedia

Official website, hashtag and handles

www.PinkDay.co.za

#PinkDay #PinkODI #PitchUpInPink

CSA: @OfficialCSA
Bidvest: @Bidvest
Momentum: @Momentum_za

About the Breast Care Clinic at the Charlotte Maxeke Johannesburg Academic Hospital

The Breast Care Clinic at the Charlotte Maxeke Johannesburg Academic Hospital, run by Doctor Sarah Nietz and her team of dedicated specialist nurses, provide access to quality breast care, regardless of geographical location and socioeconomic status. The unit sees up to 350 women with newly diagnosed breast cancer every year and provide a service to seven district hospitals. Patients from other provinces and all over Africa are also accommodated.

Charlotte Maxeke Johannesburg Academic Hospital also trains medical students, interns, medical officers, registrars and junior consultants in breast care making it a centre of excellence in this field. There is also a “Breast course 4 Nurses” programme to empower nurses in breast care

On an annual basis this hospital treats more than 200,000 patients. The breast care clinic, newly diagnoses 350 breast care cases annually from Gauteng, Mpumalanga, Limpopo and even further afield. The sad reality is that due to a lack of education around the disease, patients often arrive at the hospital at a time when a fairly treatable disease, if detected early, has progressed beyond the point of treatment. The aim is to invest in a tangible facility and contribute to the service they give as well as the research and education they do to enable more successful treatment of breast cancer through earlier diagnosis.